Umqhele Wobizo Uyimpande Ebabayo – Ubuholi Beqiniso
Sale!

Original price was: R170,00.Current price is: R150,00.

Lencwadi izokufundisa lokhu:
• Ukubanentshisekelo emsebenzini weNkosi
• Ukuqhathanisa izikhathi zebhayibheli nezikhathi zamanje
• Ukuhlukanisa phakathi kogcobo nesphiwo somuntu
• Ukubaluleka kogcobo lukaNkhulukulu nokusebenza kwalo
• Amaqhawe enkolo yasendulo amela iqiniso levangeli
• Ukuba ngumholi weqiniso nohola ibandla leNkosi ngobuqotho
• Impumelelo nomqhele womholi oqotho emsebenzini weNkosi

Category:

Description

Ubizo luyinto ejulile kakhulu, ubizo luhlukene ngezigaba zalo eziningi. Abantu abaningi bayaluthanda ubizo lukaNkulunkulu kepha bayigcosana abathanda uNkulunkulu wobizo. Baningi abantu abathanda ugcobo, kodwa bayigcosana abathandwa wugcobo. Lencwadi UMQHELE WOBIZO UYIMPANDE EBABAYO – UBUHOLI BEQINISO inazo zonke izimpendulo zobizo nobuholi beqiniso.